The Three Amigos - FAQs
Ngenxusa wonke umuntu wakulelizwe ukuthi angabi ufakazi othule ebona abantu befa ngesifo sengculazi,kodwa kunalokho bakabambe iqhaza ngokuba inxenye yemikhankaso kanye nokuqoqa izimali ezingasiza ukulwa nokunqotshwa kwalesisifo
- Nelson Mandela, December, 2002
Sicabanga ukuthi lemibuzo kanye nezimpendulo ngokaphendulo eminye yemibuzo onayo
Wamukelekile ukuthi ungabhalela kubadidiyeli baloluhlelo e-info@thethreeamigos.org. Ngeshwa singeze sakwazi ukuphendula kuwo onke ama-email.
Umcabango ngokusungulwa kwe-Three Amigos
create messages that were non-threatening and broadly appealing across all age groups, social strata and cultural boundaries.
Ukusetshenziswa kwemilayezo ebhekiswe emphakathini kusetshenziswa amahlaya kungumlayezo obalulekile wokusebenzisa ijazi lomkhwenyana ukulwa nesifo se-ngculazi. Abakhiqizi baloluhlelelo baqoke imidlalo ohlekisayo ukwakha umlayezo ongasabisi kodwa unxusayo kubo bonke abantu, ukungakhethi minyaka nanokuthi uphuma kuluphi uhlanga.
Inhloso yakho konke lokhu ukuthi lomlayezo udluliseke ngezilimi ezingamashumi amahlanu futhi ubonwe abantu abangamabhiliyoni emazweni ayikhulu.
Loluhlelo lwaklonyeliswa emva nje kwezinyanga ezimbili luphothuliwe
Obani ukuqondiswe kubo lomhlankaso?
Intsha knaye nabanye- Noma kungaboni okhuthalele ukuya
ocansini.
Iyini okuhloswe ukuphumeliswa i-Three Amigos?
Ukuqwashisa ngocansi oluphephile ukuthi luvikela ukwanda kwesifo sengculazi
Ukuguqula imicabango engemihle abantu abanayo ngokusetshenziswa kwamajazi omkhenyana
Ukudlulisa umlayezo wokuthi amajazi omkhwenyana angabangane noma- ama-Amigos
Ukugcizelela ukusebenzisa amajazi omkhwenyana ababukeli abangabesilisa kanye nalabo besimame ikakhulukazi ezikhathini ezingalindelekile ukuthi kungenziwa ucansi
Ukuxhasa abantu besimame ukuze bakhuthelele ukuthi bafune kusetshenziswe ijazi lomkhwenyana
prevention.Ukukhuthaza ukuxoxisana kanye nomqondo ovulelekile ngezindaba ezithinta isifo sengculazi
Lumi kanjani loluhlelo
Lomfanekiso udwetshwe ngesandla.
Athini amagama
Lamajazi omkhwenyana abizwa ngokuthi i-The Three Amigos
Elokuqala u-Shaft ( lena i-condom ende bese ibuye iba mnyama), Dick (leli lillufahlayiya kanti liyakhanya) kanye no Stretch(lincane kanti libombala oblue).
Singakanani isikhathi?
There are 20 PSA’s of classic PSA length: 2 x 15 seconds, 4 x 20 seconds, 9 x 30 seconds and 5 x 60 seconds.Isikhathi sisonke u- 11 minutes, 20 seconds.
Kungani
isakazwe izihlandla ezingamashumi amabili
Abadidiyeli basebenzise izimo ezahlukene ezihlekisayo ukudlulisa umyalezo ojulile. Abadidiyeli babenakho ezingqondweni zabo ukuthi umlayezo odluliswa ngaloluhlobo kumele uthakaselwe ibo bonke abantu emhlabeni. Abadidiyeli baqoke ukuthi lemilayezo idluliseke ngezigaba ezingu-20 ngenhloso yokuthi umlayezo ufinyelele kubantu abahlukene emazweni ahlukene. Ezinye zezigaba zande kakhulu ngezithombe kanti ezinye zinezinkulumo.
Inhlangano yokusakaza ingazikhethela ukudlala zonke
ezingamashumi amabili noma iyiphi enye abacanga ukuthi bayayithokozela.
Kungani abadidiyeli beqoke ukusebenzisa imifanekiso
Ukufanekisa ama-condom amathathu kwenza abantu baguqule imiqondo yabo ngezindaba ezimalungana nocansi .Ngokusebenzisa amahlaya ababukeli bobulili besilisa kanye nobesifazane, abeminyaka ehlukene bathola ulwazi nomgqondo simo ngokusetshenziswa kwe-condom
Ukusetshenziswa kwemifanekiso kwenza kube lula ukuthi umlayezo udluliseke ngezilimi ezahlukene nakubantu bamasiko ahlukene.Imifanekiso yemilayezo ewuloluhlobo kulula ukuthi idluliseke ngezinye izilimi.
Ngakube lemilayezo itholakala ngesiNgisi kuphela?
Ezinye izilimi ziyatholakala.
Lemilayezo iyatolekelwa kwezinye izilimi zomhlaba.Kungumsbenzi wabadidiyeli ukuthi lemilayezo itholakale ngezilimi ezingamashumi amahlanu, nokungabangela ukuthi loluhlelo lubonwe imiphakathi engaphezu kwamaphesenti angamashumi ayisishiyagalombili umhlaba wonke.
Izwe ngalinye noma isifunda okusakwa khona lemilayezo ,
izinhlangano zokusakaza zingasebenza nabadidiyeli ukuthola izilimi zendawo.
Izinhlangano zokusakaza zingazitholela uhlelo oluqoshiwe uma imali ikhona, noma bangazitholela
imibhalo enengxoxo.
Ungabe Ubhishobhi Tutu uzimbandakanye kanjani ku-The Three Amigos
Umbhishobhi Tutu
wakhonjiswa isicelo sokwenza
loluhlelo,sasihambisana nomsebenzi obhalwe abadidiyeli, wawufunda wabe
esezinikezela ukuseka loluhlelo. U-Tutu uyindoda ezibophezele
neyishoshovu sokulwa nengculazi, ngale kwalokhu unakho ukuba ngusomahlaya.
Ngobani Abadidiyeli
u-Brent Quinn waseNingizimu
Ngubani Umqondisi?
U-Firdaus Kharas wase
Ngubani owakha lama-condoms amathathu?
u-Gordon Coulthart kanye no Brent McNeil waseCanada ibona abenze abalingisi. Abasunguli benze abalingisi abonemibala ensundu nokumnyama, omhlophe kanye noluhlaza,lokhu kwenziwe ngenhloso yokuthi kumeleleke onke amasiko amazwe omhlaba. Umlingisi oluhlaza nguyena okhuluma kakhulu kanti nguyena mlingisi omkhulu.
Who wrote the music? Ngubani ongumbhali womculo
U-Andrew Huggett wase-Canada nguyena obhale umculo .Lomculo uhlanganisa amazwe omhlaba kanti
ubhalwe umbhali onekhono okwenzeni umculo ongalalelwa umhlaba wonke. Izinsimbi zomculo
ezisetshenzisiwe zinhlobonhlobo.
Ikuphi lapho kwaqala khona lendlela yokudlulisa umlayezo ngalendlela.
I-The Three Amigos yasungulwa
yabhawa e-Ningizimu
Zabhalwa kanjani inkulumo ngxoxo ?
Ukubhalwa kwenkulomo ngxoxo kwenziwa ngokukhulu ukuxhumana.Uhlaka lokuqala lwenziwa u-
Brent Quinn e-Ningizimu
Ngobani abasungulwa i-PSA
Ithimba lezinkampani
kanye nabantu abangu 80 abavela e-Canada,
·
·
· Mumbai (
·
·
·
Kukhona nezinzululwazi kulemikhakha
Imiqondo kanye nemibhalo Brent Quinn
ukuibhekwa kwemibhalo Firdaus Kharas
ukuhlelwa kwabalingisi Funbag Animation
ukuhlela ukuthi udaba lokuxoxwa kanjani Dan Craig
umsbenzi wokwandulela , ukuhlela kanye nokumiswaHelix Animation
Ingemuva, ukufaka imibala, ukulingisa, ukuhlanza kanye nokucubungula Future Thought and Animation Bridge
Ukupenda kanye no-ink besibanje Helix
Digital
ukuqoshwa kwamazwi GAPC
ukuqoshwa kwamazwi kanye nokuqoshwa
komculo-Atomic Productions
Ukuqoshwa kweVideo- Affinity Productions
Izithombe zemifanekiso Loop Media
ukuhlelwa kwa-tape - Precision
Transfer Technologies
Ubuchwepheshe be-internet- eMotionAD
Web hosting – Tomahawk Technologies
ukuhlelwa kokuqala kwe-website .Ignite Studios, digg design, and IncHill &
Knowlton Canada
Izilimi zaseNingizini Africa Videolab
Ngubani owenza umsebenzi wokwakha lezizithombe ?
Lokhu kwenziwa inkampani eyaziwa ngokuthi :i-Future Thought e-Mumbai,
Ngamazwi obani lawa ezwakala ohlelweni lwesiNgisi lwalomdlalo?
U-Rick Jones ungu-Shaft abuye abe
u-Strech.u-Robin Dumas yena ungu-Dick.
Wonke lamazwi omuntu wesimame azwakalayo ngawaka-Tori Hammaond.
Ngakube ukhona owakhokhelwa ngomsebenzi wakhe?
Lona bengumsebenzi wokuvolontiya. Loluhlelo lwathola umnikelo omcanyana ukubhekana nezinye
zezindleko.
Zikhona yini izinhlelo ezifana nalezi ezisazokwenziwa?
Yebo kodwa
kuyoncika esekuthenini ikhona yini imali kanye nezicelo
ezinhlanganweni zokusakaza.
Ithini imithetho nokugunyaza ukusebenzisa loluhlelo
Akukho mibandela i-tape ibekiwe ezinhlanganweni zokusasakaza. I-tape ingadlalwa yonke noma ingxenye yayo ngaphandle kwekhokhela.
I-tape noma okuqukethwe phakathi kungeze kwaphindwaphindwa noma kucashunwe ngaphandle kwemvume. Uyanxuswa ukuba ucele ama-tape okwengeza uma uwadinga.
Wonke umsebenzi kumele udlalwe njengoba unjalo kungahlelwa lutho. Alukho ushintsho, ukuhlela ,ukufaka ama-logo noma amagama okuvumelekile ekuqaleni kanye nasekupheleni kohlelo.
Ngakube abadidiyeli bayatholakaa ukubuzwa imibuzo noma bethule izinkululo
Yebo abadidiyeli bakhululekile ukubuzwa imibuzo kanye nokwethula izinkulumo nanoma ikuphi.Abadidiyeli bakhuluma ngesimo se-HIV/AIDS kanye neThe Three Amigos nokuyikhona abagxile kukho kakhulu. Ungathumela isicelo sakho ngokuthi ubhalele ku-info@thethreeamigos.org.
Ngakube abantu ngokwabo bangazifaka izicelo zoku-order ama-tape
Cha ngeshwa isibalo sama-tape sincane kanti ngeke sakwazi ukuthi siwathumele kumuntu ngamunye