The Three Amigos - Ukufaka i-Order
Izinhlangano zingawathola kanjani
ama-tape
Bhalela ku info@thethreeamigos.org Izinhlangano zokusakaza kuuyomele zicacise i-NTSC or
PAL formats. Ama-tape amaningi athunyelwayo
a-BetaSP. I-DigiBeta
iyatholakala kodwa
imali yokukhokhela i-tape kungalindeka ukuthi ikhokhwe.
Ngakube izinhlangano
zokusakaza kuyomele zikusakaze kanjani loluhlelo?
Loluhlelo lwenzelwe
ukuba lubukelwe izikhathi eziningana. Izihnlangano zokusakaza
kuyomele zilusakaze izinyanga eziningana. Kuyiqiniso ukuthi ukusakazwa kanye kwaloluhlelo kanye kungeze kwadlulisa
umlayezo. Izinhlangano
zokusakaza kumele zidlale izigcawu ezahlukene
ngesikhathi esingafani.
Ngakube ikhona inkokhelo uma usakaze i-The Three Amigos
Ikuphi okumele kwenziwe izinhlangano yokusakaza
Izinhlangano zokusakaza
ziyanxuswa ukuthi zethumele i-email ku-info@thethreeamigos.org
kanye neminingwane emayelana nesibalo sezigcawu ezizosetshenziswa, isikhathi kanye nezinsuku zokusakaza kanye nesibalo sabantu abalindeleke ukuba babukele.
Izinhlangano zokusakaza
zingathumele imibono evela kubantu, ingaba emihle noma
emibi.
Ngakube ama-NGO kanye nezinhlangano zemiphakathi zingakwazi yini ukuthola ama-tape
Yebo ngokuthi zibhalele ku-info@thethreeamigos.org. Owamaningi nokho ama-VHS
tapes. Abawadingayo kumele
bacacise ukuthio bafuna i-NTSC noma
PAL formats. Akuzona zonke izicelo ezingaba impumelelo
Ngabe abantu bangakwazi ukuzifakela izicelo zokuthenga ama-tape
Ngeshwa isibalo samatape sincane kanti ngeze futhi
athunyelwa kubantu ngabodwana
Ithini imithetho yokushicilela
Ayikho imithetho
nemibandela ekhona ezinhlanganweni zokusakaza. I-Tape ingadlalwa
yonke noma
ingxenye yayo ngaphandle kwezindleko
Ngeze wakwazi ukuqopha noma ucaphune
ezinye zezinto ku-tape ngaphandle kokuthola imvume
Imifanekiso kuyomele idlalwe njengoba injalo ingashintshwa. Akukho kuguqulwa kwamagama okuvumelekile ekuqaleni kanye nasekugcineni kwe-tape